uNoviyo
Appearance

UNoviyo (noma: (136472), uphawu:
) ungumzulane osichwe omkhulu kuleyo echazwa ngokuthi iyingxenye yezindikimba zomhlozatshe, futhi unolungangoni obucishe bulingane nobenyanga kaNomaxhama uSonguxu. Lomzulane unenyanga eyodwa eyaziwayo. Unamazinga wokushisa aphansi kakhulu, angama−230 °C, okusho ukuthi ubuso bawo bumbozwe ijawani, i-ethane, kanye nomkhence weNihwe. UNoviyo unezimpawu zobuqhebeqhebe bekhozadwala futhi kanjalo kungenzeka akwazi ukuxhasa ulwandlekazi olungaphansi kobuso bakhe.