Jump to content

Ikhasi Elikhulu

Kubuya ku Wikipedia
Siyakwamukela kuWikiphidiya yesiZulu,
Umthombo obalulekile ongahlelwa yiwo wonke umuntu.
Manje, sekunezilotshwa eziyizi- 13,006 ngesiZulu. Masiqale!

Isibhalwa esiqhakanjiswayo

Image
Intutho noma ezokuthutha ziwumdiki ohlosiwe wabantu, izilwane, kanye nempahla osuka kwenye indawo kuya kwenye. Izindlela zokuthutha ezaziwayo zihlanganisa ukundiza, intutho yasezweni (ujantshi nemigwaqo), intutho yasemanzini, intutho yendophi, imizila yamathumbu kanye nentutho yasemkhathini. Lo mkhakha ungahlukaniswa kathathu kube ingqalasizinda, izithuthi nemigidingo. Ezokuthutha zivumela abantu ukuba bahwebe, okuyinto ebalulekile ekuthuthukeni kwempucuzeko. okwengeziwe...

Ingabe bewazi ukuthi...

Image

...UMdlavuza uyiqembu lezifo ezenzeka lapho amangqamuzana omzimba eqala ukukhula ngokweqile futhi engalawuleki. La mangqamuzana angakhula enze isigaxa (tumour) noma asabalalele kwezinye izingxenye zomzimba. Kunezinhlobo zomdlavuza ezingaphezu kwekhulu ezaziwayo ?

...Ukhetho lomasipala laseNingizimu Afrika lowezi-2026 luzobanjwa mhla zi-4 kuNovemba wezi-2026 kulo lonke elaseNingizimu Afrika, ukuze kukhethwe izibonda zazo zonke izifunda, omasipalakazi, nomasipala bendawo kuzo zonke izifundazwe eziyisishiyagalolunye zezwe.

Amaqiniso...

Image
Izinsuku ezili-16 zokulwisana nodlame lobulili umkhankaso wamazwe omhlaba ofuna ukuqwashisa ngenhlekelele yomhlaba wonke yodlame olubhekiswe kwabesifazane namantombazane. Lo mkhankaso uqhutshwa minyaka yonke kusukela zingama-25 November, okunguSuku Lamazwe Omhlaba Lokuqeda Udlame olubhekiswe Kwabesifazane, kuya ngosuku lwe-10 Disemba, okunguSuku Lwamalungelo Abantu. Lo mkhankaso wasungulwa ngokusemthethweni ngowe-1991 ngabasekeli abahambele i-Women's Global Leadership Institute (WGLI) yokuqala, eyayiphethwe yi-Center for Women's Global Leadership (CWGL), eNew Jersey. (okwengeziwe...)

Izibhalwa ngokwezihloko

Amazwe: iAngola - iButswana - iZimbabwe - iNamibhiya - iMozambiki - iKongo - Eswatini - iZambia - iRashiya - iJalimani - iNgilandi - iFulansi - iSpaniya - iMelika - iKhanada - iMekisiko - iShayina - iTheki - i-Ostreliya - iNyuzilandi

Izilimi: isiZulu - isiNgisi - isiJalimani - isiSpeyini - IsiKhathalani - isiTaliya - IsiShayina - IsiJaphani - IsiRashiya - IsiHebheru - isiBhunu - isiXhosa - isiSuthu - Isi-Arabhu

IZilo zaKwaZulu: ISilo uShaka - ISilo uDingane - ISilo uMpande - ISilo uCetshwayo - iSilo uDinizulu - ISilo uSolomoni - ISilo uBhekuzulu - ISilo uZwelithini - ISilo uMisuzulu

Amaholide: Usuku lwenkululeko - Usuku Lwabasebenzi - Ukhisimuzi - Usuku lwabesifazane - Usuku lwaMalungelo Esintu - Usuku lwephasika

Imidlalo: Umbhoxo - Ibhola lezinyawo - Iqakamba - Isibhakela - Umnqakiswano

Izilwane: Inhlanzi - Iziququdi - IsiNcelisi - Iselesele - Indlulamithi - ibhubesi - inyamazane - inkomazi - izimvu - inkalankala

Imizulane: UMhlaba - uNomjubane - uNokhwezi - uNotshezi - uNolundwa - uNomaxhama - uNomakhekheba - uNogxada - uNohunga - uNomadwala

Ukudla: utamatisi - Amazambane - uphuthu - amaqanda - inyama - isinkwa - ubisi - Ushukela - ubhanana

Imvelo: intaba - umfula - ulwandle - impophoma - ichibi - iqhwa - amanzi - Insungubezi - Amafu -Umoyambulunga

Izinhlwa: igolide - isiliva - ibhulonze - insimbi - umthofu - IsAlumbe - IKhazi - IHwanzi - UmThanya - INihwe

Ubuchwepheshe: amahlelokusebenza - umakhalekhukhwini - Indizamkhathi - IsiCikizi - IsiThununu - Isiqavithi - UHlakahlisombulu - Indongoyi

Izithombe eziqhakanjiswayo

Image
IKhomishana Yokhetho yaseNingizimu Afrika, ngezinye izikhathi ebizwa ngokuthi iKhomishana Yokhetho, noma ebizwa ngegama layo langaphambilini, iKhomishana Yokhetho Ezimele noma i-IEC, iyindikimba yokuphatha ukhetho yaseNingizimu Afrika, le nhlangano ezimele eyasungulwa ngaphansi kwesahluko sethoba soMthethosisekelo waseNingizimu Afrika.
Usizo ngokubhala

Wamukelekile ukuba ufunde ukuhlela izibhalwa kwiSandbox.

IWikiphidiya ngezinye izilimi

Amanye ama-Wikiphidiya amancane ngeziLimi zaseAfrika

IsiBhunu · Akan · አማርኛ · Bamanankan · Chi-Chewa · chiShona · chiTumbuka · Ɛʋɛ · Fulfude · Gĩkũyũ · هَوُسَ · Ìgbo · isiXhosa · Kinyarwanda · Kirundi · Kiswahili · Kongo · Lingala · Luganda · Malagasy · مصرى · Oromoo · Sängö · IsiSuthu · Setswana · SiSwati · Isindebele · Soomaaliga · Taqbaylit · ትግርኛ · IsiVenda · Twi · Wolof · Xitsonga · Yorùbá ·

(Uma udinga Ama-Wikiphidiya amakhulu, bheka ku-bar esesayidini)

Uhlu lwawo wonke amaWikiphidiya (List of all Wikipedias)